Vikela imivo yakho ngePassword
Hlobisa amanotes nge Emojis
Yenza idiary yakho ibe yimibala oyithandayo.
Kulula kakhulu ukuyisebenzisa!
Khiya izinombolo zakho ngeNombolo noma ipassword.
faka i-background yombala owuthandayo, ibukhulu bamagama nombala wawo..
Nika abangani nge mail, Facebook, twitter, SMS nokunye.
Qumanisa neminye imishina kaAndroid.
Bhala kwi-Diary noma ukuphi noma nini. Ayidingekile i-Internet.
Funa ngokushesha okufakile ngasemuva.
Ngena kwi Diary yakho kwi-website yethu funda, ubhale, nokunye.
Downloda konke okubhalile malula, hleze ukudinge...
Gcina amanotes akho kwi-cloud yethu (kusebenza njenge backup)
YENZA ISIKHUMBUZO ZAMALANGA ONKE KAMALULA
"Kulula ukuyisebenzisa, kukahle ukukusiza ugcine imicabango ngabandle kukusebenzisa opost-its."
- Amanda Methula
25 UNhlaba, 2016 – Pretoria, South Africa
"Okwamanje ngiyathokoza. Kulula ukuyisebenzisa kanti inezimpawu ezinhle."
- Muzi Dlamini
9 UMasingana, 2014 – Durban
"Ngiyayithanda le-app. Iyamangalisa, kulula futhi ukuyisebenzisa. Okusemcoka ukuthi ayigcekezeki. Ngiyisebenzisa nsuku zonke!"
- Simo Mmemma
8 UNdasa, 2015 – Sowetho
"Kulula kakhulu ukuyisebenzisa. Isiza ngihlele imisebenzi yamo yosuku nezinye izinto. Ngiyayithanda kakhulu!"
- S. Nzaba
28 UMandulo, 2016 – Maseru